Lupe
Suche

Owen Jones 
Ukuboleka Imali 
..kanye Nokugwema Oshaka Ababoleka Imali!

Support

Ulwazi olukule ebook lwendlela yokuthola amadili angcono kakhulu uma uboleka imali nezihloko ezihlobene luhlelwe lwaba izahluko eziyi-17 zamagama angaba ngu-500-600 ngasinye. Kuzokusiza ukuthi uthuthukise indlela obhekana ngayo noxhaso kanye nemalimboleko ngezeluleko neziphakamiso eziwusizo. Kufanele futhi ikunikeze imibono yokuthi ungazithuthukisa kanjani izindlela osuvele uzenza. Ukuboleka imali sekuvame kakhulu kunanoma yisiphi esinye isikhathi emashumini eminyaka, ngenxa yesimo somnotho womhlaba ngemva kokucekelwa phansi kobhubhane lwe Covid, kanye nokucekeleka phansi kokwehla kwamandla emali nokuntuleka kwemisebenzi. Njengebhonasi, ngikunikeza imvume yokusebenzisa okuqukethwe kuwebhusayithi yakho noma kumabhulogi akho kanye nencwadi yezindaba, nakuba kungcono uma uzibhala kabusha ngamagama akho kuqala. Eqinisweni, okuwukuphela kwelungelo ongenalo elokuphinda udayise kabusha noma unikeze incwadi njengoba ilethwe kuwe.

€4.99
Zahlungsmethoden
Format EPUB ● Seiten 56 ● ISBN 9788835446019 ● Dateigröße 0.2 MB ● Übersetzer Nokwanda Chili ● Verlag Tektime ● Ort San Antonio ● Land US ● Erscheinungsjahr 2022 ● herunterladbar 24 Monate ● Währung EUR ● ID 8699379 ● Kopierschutz Adobe DRM
erfordert DRM-fähige Lesetechnologie

Ebooks vom selben Autor / Herausgeber

3.555 Ebooks in dieser Kategorie