放大镜
搜索加载器

Ken Luball 
Umqondisi Womoya 
Uhambo Lwempio

支持
Adobe DRM
的封面 Ken Luball: Umqondisi Womoya (ePUB)

“Iyini Injongo Yokuphila”? Umqondisi Womoya: Uhambo Lokuphila Yincwadi yesibili ”yokuvusa itetraloji”. Iphendula umbuzo ongenhla kunoveli ethokozisayo, eyingqayizivele, ebhalwe ngu Mqondisi Womoya wentombazane encane okuthiwa u-Amara, njengoba ilandela Uhambo lwayo Lokomoya Lokuvuka Nokukhanya. Le ncwadi, elandiswa ngu-Amara ”Umqondisi Womoya”, u Bodhi, igxile ebukhoneni bethu bobuntu kanye nokuxhumana okubalulekile no Moya wethu ngaphakathi.
Umhlahlandlela Womoya: Uhambo Lokuphila Luyincwadi yesibili ku-”ukuvuswa kwetetraloji”. Le ncwadi, elandiswa Umqondisi Womoya, u Bodhi, ihlola uhambo lwethu olungokomoya ekuphileni, inqubo ”Yokuvuka” futhi iphendula imibuzo eminingi mayelana nokuthola indlela eya ”Ekukhanyeni”. Iyini Injongo Yokuphila? Kungani ngilapha? Zitholele izimpendulo zale mibuzo, njengoba ulandela uhambo lwentombazane okuthiwa u-Amara, iphelezelwa Umqondisi wayo Womoya, u Bodhi, njengoba izulazula ekuphileni, ibuza injongo yayo, iyihola Ohambweni Lokomoya Lokuvuka Nokukhanya. Joyina u-Bodhi kulolu hambo olujabulisayo njengoba echaza ukuthi wamsiza kanjani u-Amara avuke futhi aqale uhambo lwakhe olubheke Ekukhanyeni. Futhi thola ukuthi injani impilo nenjongo yo Mqondisi Womoya ohambisana nalesi sihloko. Umqondisi Womoya wabhalwa ngu Bodhi ukuze asize abanye bathole isiqondiso, injongo, nenjongo ekuphileni.

€2.99
支付方式
格式 EPUB ● 网页 189 ● ISBN 9788835444046 ● 文件大小 3.3 MB ● 翻译者 Sphumelele Mazembe ● 出版者 Tektime ● 市 San Antonio ● 国家 US ● 发布时间 2022 ● 下载 24 个月 ● 货币 EUR ● ID 8645539 ● 复制保护 Adobe DRM
需要具备DRM功能的电子书阅读器

来自同一作者的更多电子书 / 编辑

15,130 此类电子书